Isolezwe
Isolezwe is a daily newspaper published in Zulu that was established in 2002 by Independent News & Media. The paper comes out in a tabloid format from Durban, South Africa. According to editor Thulani Mbathi, their audience consists of "the modernising Zulu," referring to individuals who balance traditional customs, like returning to rural areas to honor their ancestors by slaughtering a cow, with contemporary lifestyles that include dining out and enjoying movies in shopping malls.
Outlet metrics
Global
#361347
South Africa
#3424
Sports/Soccer
#60
Articles
-
2 days ago |
isolezwe.co.za | Sabelo Nsele
Sabelo Nsele | June 26, 2025BASALE ngaphandle abaholi be-ANC ezifundeni ezinkulu zaKwaZulu-Natal, iTheku neMoses Mabhida, ngesikhathi kuqokwa abazohola amathimba esikhashana azophatha i-ANC kulezi zifunda.
-
2 days ago |
isolezwe.co.za | Sabelo Nsele
Sabelo Nsele | June 26, 2025UMENGAMELI Cyril Ramaphosa uthe bafuna ibe ngaphansi kakhulu kuka-R700 million, imali ezosetshenziselwa ukuhlela nokusingatha ingxoxo ngesimo sezwe. URamaphosa uthe u-R700 million mkhulu kakhulu, wathi bafuna le mali yehliswe. Ukusho lokhu ngesikhathi ephendula imibuzo ePhalamende, izolo. URamaphosa uthe akukavunyelwana ngalo R700 million, wathi kuseyisiphakamiso nje sethimba elihola ingxoxo ngesimo sezwe.
-
2 days ago |
isolezwe.co.za | Sabelo Nsele
Sabelo Nsele | June 26, 2025IMK ayikanqumi ukuthi izomxosha noma cha eqenjini obengunobhala jikelele uMnuz Floyd Shivambu, oxhumana nezinhlaka ezehlukene mayelana nokuthi avule iqembu lezepolitiki elisha. Okhulumela iMK, uMnuz Nhlamulo Ndhlela, ukuqinisekisile ukuthi uShivambu useyilona ilungu leMK yize esezinhlelweni zokuvula iqembu elisha. UShivambu wamemezela izinhlelo zokuvula iqembu elisha ngeledlule kulandela ukususwa kwakhe esikhundleni sokuba unobhala jikelele weMK.
-
2 days ago |
isolezwe.co.za | Sabelo Nsele
Sabelo Nsele | June 26, 2025BAWOTHA ubomvu abaholi be-IFP ngokubuyiswa kwencwadi egxibha umsunguli weqembu, Inkosi Mangosuthu Buthelezi. I-IFP ikufanise nokudlalela ezitsheni ezifayo ukugaywa kabusha kwencwadi egxibha uButhelezi. Le ncwadi eyabhalwa yisishoshovu se-ANC, uMnuz Mzala Nxumalo, iqale ukudayisa kuleli ngoMsombuluko. Incwadi esihloko sithi, Gatsha Buthelezi: Chief with a double agenda, yabhalwa ngo-1988.
-
2 days ago |
isolezwe.co.za | Sabelo Nsele
Sabelo Nsele | June 26, 2025BAKHALA ngokuphenduka inhlekisa emphakathini odokotela baKwaZulu-Natal, ababhuquza emakhaya neziqu zeminyaka eyisishiyagalolunye. Labo dokotela bathe ukungawutholi kwabo imisebenzi emva kokufunda isikhathi eside kangaka, kuzokwenza ukuthi intsha ingakuboni ukubaluleka kokufunda. Bakusho lokhu ngesikhathi beqhinqe eHhovisi likaNdunankulu waKwaZulu-Natal, eMgungundlovu, izolo.
Isolezwe journalists
Contact details
Address
123 Example Street
City, Country 12345
Website
https://isolezwe.co.za/Try JournoFinder For Free
Search and contact over 1M+ journalist profiles, browse 100M+ articles, and unlock powerful PR tools.
Start Your 7-Day Free Trial →